Sibumba isizwe ngezemidlalo

2016-06-02 06:00

KUSEMLANDWENI ukuthi ezemidlalo zabamba elikhulu iqhaza ukubumba isizwe sakithi. Uma sifunda umlando sithola ukuthi abaholi bethu bangabadlali bebhola abanye babeshaya isibhakela abanye begijima. Leyo midlalo iyona eyabagcina besesimweni sempilo enhle kanye nokubahlanganisa njengabantu ababeqhamuka ezindaweni ezehlukene.

Kumanje sisaqhubeka njengohulumeni ukusebenzisa ezemidlalo ukubumba isizwe sethu. Ziningi izigulo ezikhona emiphakathini yethu efaka phakathi ukusetshenziswa kwezidakamizwa, ukusetshenziswa kophuzo oludakayo ngendlela eyeqile, ukukhulelwa kwentsha, ukuzimbandakanya ocansini olungaphephile nokunye okuningi. Ezemidlalo ziba ikhambi elelapha lezigulo. Yingakho singuMasipala waseMzumbe sitshale imali ekuthuthukiseni ezemidlalo. Futhi sithuthukisa ingqalasizinda kuwona wonke amawadi. Ukwakhiwa kweNkanini Indoor Sports Centre olunye lwemizamo yethu njengoMasipala ukuthuthukisa ezemidlalo. Zikhona izinhlelo zokwakha ama Indoor Sports Centres kuwona wonke ama-cluster ethu ukuze agcine emane lama Indoor Sports Centres.

Kuwona lowo moya wokuthuthukisa ezemidlalo kulempelasonto sizoba nendumezulu yezemidlalo lapho sizobe sikwaShibane Sports Ground. Lemidlalo eyaziwa ngeMayoral Cup Games izobe ifake imidlalo efana neVolleyball, Ladies Soccer, Soccer, Netball, Chess neminye. Lesi isiphetho sochungechunge lwemidlalo lapho amawadi kade ekhiphe amaqembu awo emidlalweni ehlukahlukene.

Kulempelasonto zizobe zibulalana kwaShibase Sports Ground lapho kuqhudelwana emidlalweni ehlukahlukene. Sihleke ukuvakashelwa ilaba abathungana ithalente ama scouts. Asipheleleni khona sonke.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.