Sifukula intsha yethu kwezemfundo

2016-01-28 06:00

USUKU lokuphuma kwemiphumela ka-matric usuku olubaluleke kakhulu kithina sonke eNingizimu Afrika. Lubalulekile kakhulu kubafundi kodwa lubaluleke ukwedlula kithina njengohulumeni.

Phela ilapho sizobuka khona njengabaholi ukuthi ikusasa lesizwe sethu Libukeka kanjani. Kuyasijabulisa kakhulu ukubona imiphumela imihle njalo ngonyaka. Kuyasidumaza uma sizwa kuthiwa lehliLe izinga lika-matric. Uma izingane zethu zingenzi kahle kumatric kunomthelela omkhulu empilweni nasekusaseni lesizwe sethu. Kanti futhi uma zenza kahle loko kukhomba ikusasa elihle esizweni sonke.

SinguMasipala waseMzumbe siqhubekela phambili nokufaka igxalaba kubafundi abakhele uMasipala wethu. Simatasa kumanje ukukhokhela izingane ezikhungweni zezemfundo ephakeme. Sesikhokhe imali engaphezu kuka R300 000. Sisaqhubeka njengoba izicelo zingena zilakanyana emahhovisi ethu. Singenelela emazingeni wonke ezikole ekubalwa izikole zemfundo eyisisekelo kanye namazinga aphezulu.

Uma kuvulwa unyaka sivule ngokugqokisa izingane ezingaphezu kuka 2 500 umfaniswano. Loku sikwenza minyaka yonke. Kuloku besihambisana noMnyango wakwa SASSA. Siyabuyela futhi ezikoleni khona maduze nje ukuzokwethula ngokusemthethweni uhlelo lokutshala imifino ohlelweni lwethu olwaziwa nge-School Greening Project. SinguMasipala sihlonze isikole esisodwa kuwona wonke amawadi aseMzumbe. Sizowanika izinsiza kusebenza okubalwa amabhala, amageja, izinto zokunisela, imbewu nokunye.

Sizoqhubeka futhi nakuwo lo nyaka nomkhankaso wethu wokuvakashela izikole kwi Back-To-School Campaign sifundisa futhi siqwashisa abafundi ngezinto ezingabaphazamisa kulonyaka. Sibaluleka ngezinto ezingaba nomthelela ukungaphumelelini kwabo.

Sizobe sihlangene maduze sizohlomulisa bonke abenze kahle ku matric. Sizobe sibanika izipho ezizobalekeleka ukuthi baqhube izifundo zabo ezikhungweni zezemfundo ephakeme. Ngonyaka odlule sahlomulisa abafundi abayishumi. Kulonyaka sizohlomulisa nothishanhloko abenze kahle ezikoleni zabo. Izikole ezenze kahle kakhulu ngaphansi kukaMasipala waseMzumbe.

Isikole Ababhalile Abaphumelele

Buhlebethu 100 95 95,00%

Bhekamandelu 19 18 94,74%

Sibongujeke 11 10 90,91%

Bhanoyi 79 63 79,75%

Mqhakama 102 81 79,41%

Mabuthela 64 49 76,56%

Mvuthuluka 32 24 75,00%

Mthwalume 212 154 72,64%

Khanya 46 31 67,39%

Luthuli 236 157 66,53%

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.