Udinga usizo ogulayo ongayitholi impesheni

2016-06-23 06:00

USEZAME konke okusemadleni akhe uNhlanhla Mthembu ohlala eFranklin, ukuthola umsebenzi ukuze akwazi ukuziphilisa.

UMthembu usesimweni esingesihle kahle sempilo kanti udla nemishanguzo yeT.B kanye nesandulela ngculazi (HIV). Iminyaka yakhe isihambile kanti futhi uma ephuma eyofuna impesheni yokugula kuba nhlangazimuka nomoya ngengoba abaqashi nabo bembona ukuthi impilo yakhe ayiyinhle.

UMthembu akanamuntu ongamnakekela kanti nabahlali baseWadini lakhe sebezame kaningi ukuthi bamsize uma isinsiza zika hulumeni zifike ngakubo, kepha lutho usizo lwempesheni alutholakali.

UNokwanda ongumakhelwane kaMthembu uthe ubone kungcono azame ukumcelela usizo emphakathini ukuba umxhase nganoma yini ongakwazi ukumupha yona ukuze aphile.

“Ngingumakhelwane wakhe uMthembu kanti isimo sakhe aphila kuso asisihle neze. Ngizamile ukuba ngimunakekele ngimuphe okuya ethunjwini, kepha nami kuye kubhede nakumina kungabi khona lutho engingamupha yona,” kusho uNokwanda.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Convicted cop killer 'sorry'

2016-09-29 05:44

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.