Umphakathi udinwe wazisukumela

2016-11-10 06:00

AMPHOYISA axwayise umphakathi ukuba ungazithatheli umthetho ngezandla. Lokhu kushiwo emva kokuba umphakathi waseGamalakhe ubambe watitinya kanzima umlisa osolakala ngokudlwengula noma yini ahlangana nayo, noma kuthiwa umfana, intombazane ngisho nezimbuzi imbala.

Ngesonto eledlule iFever ikhiphe umbiko othi amaphoyisa aye ambamba umsolwa kodwa angaba nabo ubufakazi obugcwele. Ezinsukwini umphakathi uhlanganile walibhekisa esiteshini samaphoyisa uyozikhalela, ubalisa ngokuthi uzizwa ungaphephile njengoba lomlisa esacanasa.

Okhulumela amaphoyisa uKapteni Pandarum uthe amaphoyisa angenelile amthatha lomlisa amyisa emtholampilo njengoba abomphakathi bebesho ukumqeda ngenduku.

“Okuyinkinga enkulu ukuthi lomphakathi ababambe lomlisa abanaso isiqiniseko sokuthi uyena lo ofunwa ngamaphoyisa emacaleni okudlwengula,” kusho uPandarum

Uthe uyanxusa umphakathi uma unezinsolo zokuthi kunesigulamkhuba endaweni ubikele amaphoyisa. “Uma umphakathi uzithathela umthetho ezandleni zawo amaphoyisa azobabopha,” kusho uPandurum.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.