Usebenzisana nabaphesheya umculi osafufusa

2016-02-18 06:00
isithombe: sithunyelwe Umculi osafufusa waseGamalakhe uSifiso Khowa odume ngelika FreshBii.

isithombe: sithunyelwe Umculi osafufusa waseGamalakhe uSifiso Khowa odume ngelika FreshBii.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USIFISO Khowa ungumculi osafufusa waseGamalakhe ngokokuhlala owaziwa ngelika FreshBii. Uthi kuyintokozo enkulu ukuba agcine eselutholile uxhaso lokwenza icwecwe (album) lomculo wakhe.

“Ngaqala ukucula ngonyaka we-2007 lapho ngangicula nabangani bami abathathu. Kusukela ngalowo nyaka bengizama ukuzethula kubantu abangangisiza ukuthi nami ngigcine sengiqophe owami umculo,” kusho uSifiso.

Ulandise iFever ukuthi usebenzisana noSkhulu Miya ophrojusele umculi wodumo uSifiso Ncwane kanye noYoung Rezo waphesheya kwezilwandle kanye no Brendon Prevo wasePhiladephia phesheya.

“UBrendon Prevo ongomunye wabaculi be-RnB baphesheya engibambisene nabo. Ngaxhumana nabo kuRadio Sunny South lapho ngisizwa khona uK.C,” kusho uSifiso.

Icwecwe lika Sifiso lizophuma maduzane elinengoma yakhe ethi Halala right there ekoyiyona asebenzisana noYoung Rezo kuyona.

“Ingoma yami ethi Halala right there iqhamuke ngesikhathi ngidlula esimweni esinzima lapho abangani bami bengilahlile futhi bekhuluma ngami.

Ngalengoma ngidlulisa umyalezo othi ngiziwile bengikhuluma ngakhetha ukuthula ngiqhubeke nephupho lami ngibheke lapho phokophelele khona,” kusho uSifiso.

Uthe umculo iwona msebenzi wakhe azibona ukuthi uzophelela ngawo ngaphandle kokuya esikoleni, yize umndeni wakhe ukuphikisa lokhu.

“Umndeni wami awuthandi ukuthi angifundi. Uthi angiyeke umculo ngibhekane nemfundo ukuze ngithole umsebenzi oholelayo kepha mina angiziboni ngenza enye into ngaphandle komculo.”

Uthe baningi abantu abamsizile ukuze icwecwe lakhe ibe impumelelo.

“Kusukela ngisafunda eGamalakhe TVET bekunabantu abangangilahlanga abebehlezi bengeseka ngezimali nangeziyalo abafana noNokwazi noBavelile Mehlwana. ngesikhathi ngisafunda eTvet ngenza ingoma engayicula nabanye abafundi engangifunda nabo elibizwa Back to the Roots, abawuthandayo umculo.”

Uthe abafuna ukuzwa umculo wakhe bangaxhumana naye ngocingo ku 0720350630 noma ku-email ethi: freshbii@gmail.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.