Uselele obafuthi ubhishobhi

2016-12-22 06:01
ISITHOMBE: sithunyelwe UBhishobhi Mavundla (87) Wazalwa 1929, wahamba emhlabeni 2016

ISITHOMBE: sithunyelwe UBhishobhi Mavundla (87) Wazalwa 1929, wahamba emhlabeni 2016

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UBEKWE ngesikhulu isizotha endaweni yakhe yokugcina uBishobhi Thomas Mavundla odlule emhlabeni emasontweni amabili adlule. UBhishobhi Mavundla ubephethe i-Zion Denomination.

UMavundla udlale indima enkulu ngezikhathi zobandlululo lapho wayengcwaba osopolitiki nokwakungavumelekile ngalezo khathi. Uphinde wabamba iqhaza elikhulu kwezenkolo nasezikoleni, enesikhundla sokuba usihlalo kuma-governing body, eSiphakamile, eSdumile, eNobamba naseSister Joans endaweni yase Bhobhoyi naseSithembinkosi eGamalake.

UNgqongqoshe wezokuHlaliswa Kwabantu uRavi Pillay uzwe umbiko ngokudlula kwakhe emhlabeni. Yize noma ebesekhulile kube nokukhulu ukuzuma njengoba ukufa kungasoze kwajayeleka.

UPillay uthe ukudlula kwakhe kushiye igebe elikhulu emphakathini.

“UBishobhi Mavundla ubengasiyena nje umfundisi noma ubhishobhi ojwayelekile. Kuyena bekuhlangene ikholwa nomuntu obezimisele kakhulu ngokulwela inkululeko esizweni sakithi,” kusho uPillay.

Uthe ngezikhathi zobandlululo uMavundla wayeyizwi lenhlangano egqugquzela ukubuyisana kanye nokuthula.

“Namhlanje sikhululekile njenxa yakhe uMavundla kanye namanye amaqhawe omzabalazo ayenesibindi sokulwela inkululeko yesizwe sakhiti,”kusho uPillay.

UMavundla ubengubaba wezingane eziyisikhombisa okungabafana abathathu kanye namantombazane amane.

UPillay udlise amazwi enduduzo emndenini wakwaMavunda wathi, “Isibani ebesihola ezinye emphakathini sifiphibele kepha sishiye igebe elikhulu elingeze lavaleka kubavangeli bakaMoya.” - Luthunyelwe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Partner Content
How data is changing investments

Technological disruption is rife in many spheres of business and given the quantity of data available, it’s no surprise that the way in which asset managers work is also changing fast.

Behind the sparkle

Alluring, beautiful and timeless - diamonds are some of the most sought after gems in the world and are a true testament of everlasting brilliance. Let us take you behind the sparkle to show you the history behind this coveted jewel.

/Sport
 

Chocolate can be fatal for dogs

Chocolate contains a substance called theobromine that is similar to caffeine and is toxic to dogs at certain levels.

 
 

Paws

Spider-man star's adorable relationship with his dog
Do you know what you are feeding your dog?
Watch: Proof animals have souls
Would you clone your pet?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.