Amaphoyisa athole izibhamu emotweni ebihamba ‘izigebengu’

2015-11-04 06:00

AMAPHOYISA athungatha abasolwa abane abaphunyuke ezandleni zawo ngesikhathi ebajaha kwase kuqubuka impi yezibhamu ngasoThongathi ngeSonto.

Amaphoyisa abesola ukuthi laba basolwa bayabandakanyeka ekubanjweni kwenkunzi ezitolo KwaDukuza, kulandela ukubikwa kohide lwezigameko kule ndawo naseGingindlovu.

Okhulumela amaphoyisa uMnuz Colonel Jay Naicker uthe amalungu asebenza ngezobunhloli asebenzisane namanye ukubamba abasolwa.

Uthe: “Amalungu ethu abe esebona imoto inabantu abane phakathi ase eyayijaha, yakhala amaphepha. Abasolwa bavulele ngenhlamvu bebhekise emaphoyiseni, base beshiya imoto yabo kanjalo babaleka ngonyawo,” kusho uMnuz Naicker.

Uqhube wathi amaphoyisa abe esethola ama-AK47 amabili nesinye isibhamu kule moto.

UMnuz Naicker uthe: “Sisabathungatha abasolwa,” kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/Sport
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.