Hawks icela usizo ngophenyo

2015-10-28 06:00
Kusolwa ukuthi lo osesithombeni engawalekelela amaphoyisa ngokuphenya ubugebengu obenzeka ezindaweni zase North Coast. x

Kusolwa ukuthi lo osesithombeni engawalekelela amaphoyisa ngokuphenya ubugebengu obenzeka ezindaweni zase North Coast. x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMALUNGU eHawks acela umphakathi ukuthi uwalekelele ngokuphenya ubugebengu obenzeka ezindaweni zase North Coast. Kusolwa ukuthi lo osesithombeni engawalekelela amaphoyisa ngokuphenya ubugebengu obenzeka ezindaweni zase North Coast.

Umuntu onolwazi ngokuthi lo osesithombeni engatholakala ukuphi unxuswa ukuba axhumane namaphoyisa ngokushesha.

Kubikwa ukuthi ngomhlaka 17 kuMfumfu (October) kulonyaka ngabo 11:45am, abasebenzi bakwa Engen, yaKwaDukuza, bangenelelwa abasolwa abayisithupha ababehlome ngezibhamu ze-AK47.

Ngokusho kombiko ovela emaphoyiseni, abasolwa bantshontsha imali base bedla phansi ngemoto yohlobo lwe Audi emhlophe kanye neye Opel.

Amaphoyisa asola ukuthi lezi zimoto zake zasetshenziswa kwezinye izigameko zobugebengu.

Kusolwa ukuthi owesilisa lo osesithombeni engaba nolwazi ngobugebengu obenzeka kuMandulo (September) 2015 enxanxathela yezitolo eMandeni. Amalungu omphakathi anxuswa ukuthi axhumane nomseshi uWarrant Officer Sibusiso Meshack Ntshangase enombolweni ethi: 031 333 8000 noma ethi 082 520 881. Noma bethinte inombolo ye Crime Stop: 08600 10111.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.