Amaphoyisa aseNyoni acela usizo emphakathini

2016-04-20 06:00
Amaphoyisa acela uMnuz Sandile Sosha Mjadu ukuba awalekelele ngokuphenya icala lokubulala nokuzama ukubulala. x

Amaphoyisa acela uMnuz Sandile Sosha Mjadu ukuba awalekelele ngokuphenya icala lokubulala nokuzama ukubulala. x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABASESHI baseNyoni bacela uMnuz Sandile Sosha Mjadu, osesithombeni, ukuba abalekelele ngokuphenya icala lokubulala nokuzama ukubulala, kusho okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal u-Major Thulani Zwane.

Uthe: “Engawalekelela kakhulu amaphoyisa ngokuphenya lamacala. Namalungu omphakathi nawo ayanxuswa ukuba abikele amaphoyisa uma ebona uMnuz Mjadu,” kusho yena.

Uqhube wathi ngomhlaka 2 kuNhlangulana (June) 2015 kwadutshulwa umlimi nomfowabo ekhaya labo eNyoni. Uthe kwantshontshwa izibhamu ezimbili zokuzingela kanye nesinye esiyivolovolo.

Uthe kwavulwa icala lokubulala kanye nokuzama ukubulala emaphoyiseni aseNyoni.

U-Major Zwane uthe: “Amaphoyisa akholwa ukuthi indoda le esesithombeni ingawalekelela njengoba ephenya lamacala. Umuntu ongaba nolwazi unxuswa ukuba axhumane nomseshi u-Major Colette Bruwer enombolweni 083 555 0525 noma 032 551 8231 noma bethinte i-Crime Stop ku 08600 10111,” kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Hlaudi's R11.4m bonus

10 minutes ago

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.