Baboshelwe ukuntshontsha ugologo nemali

2016-11-16 06:01

KUBOSHWE abasolwa ababili abasolwa ngokuphanga endaweni yokucima ukoma e-Three Monkeys, e-Driefontein, ngeledlule.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, u-Colonel Thembeka Mbhele uthe lesi sigameko senzeke ngomhla ka-11 kuLwezi (November) ngabo 10:30pm.

Uthe: “Ummangali ubehlezi nomyeni wakhe ebhizinisini lakhe ngenkathi bezwa umsindo omkhulu. Ngenkathi ummangali nowakwakhe beyohlola ukuthi ngabe yini imbangela yomsindo, babone abasolwa abangaziwa bebulala ifastela futhi begqekeza umnyango wesitolo. Abasolwa bagcine bekwazile ukugqekeza bangena ngaphakathi esitolo, bahlasela ummangali nomyeni wakhe ngaphambi kokuba bentshontshe imali kanye notshwala,” kusho u-Colonel Mbhele.

Kusolaka ukuthi abasolwa bantshontshe ikesi elilodwa lika gologo kanye nemali engu-R3500.

U-Colonele Mbhele uqhube wathi umyeni kammangali uphuntunyiswe esibhedlela ngemuva kwalesi sigameko ukuthola usizo kodokotela njengoba ebelimale kanzima.

Uthe: “Uphenyo olenziwe amaphoyisa luholele ekutheni kuboshwe abasolwa ababili abaneminyaka engu-28 kanye no-29. Abasolwa baboshwe ngeSonto bathweswa icala lokuphanga ibhizinisi kanti kulindeleke ukuthi bazovela enkantolo yaKwaDukuza ngoLwesibili, ngomhla ka-15 kuLwezi,” kusho u-Colonel Mbhele.

Kusolakala ukuthi abasolwa baboshwe endaweni yaseShakashead ngemuva kokuthi bebanjwe amalungu omphakathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Behind the sparkle

Alluring, beautiful and timeless - diamonds are some of the most sought after gems in the world and are a true testament of everlasting brilliance. Let us take you behind the sparkle to show you the history behind this coveted jewel.

Embracing sustainability in tobacco agriculture

In Sub-Saharan Africa, farming represents a subsistence lifestyle for millions of people. In recent years though, the development of farming into an economic activity has made a real change in how the land is used in providing for the population.

/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.