Bathole izitifiketi zekhompyutha

2017-04-12 06:00
 Isithombe: SithunyelweAmakhansela aseMandeni namanye amalungu omphakathi angama 50 athole izitifiketi zekhompyutha emuva kokuphothula izifundo ezimfushane zayo ikhompyutha.

Isithombe: SithunyelweAmakhansela aseMandeni namanye amalungu omphakathi angama 50 athole izitifiketi zekhompyutha emuva kokuphothula izifundo ezimfushane zayo ikhompyutha.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMASIPALA waseMandeni unikeze amalungu omphakathi angama 50 izitifiketi zekhompyutha ngoLwesithathu oledlule.

Lezitifiketi zikhishwe emva kokuba laba abangu 50 beqede izifundo ezimfushane ebezenziwa kwimitapo yolwazi yakhona eMandeni.

Umphathi wemitapo yolwazi kumasipala waseMandeni, uMnu. Lindelani Dlodlo uthe ukukhishwa kwalezitifiketi kulabo abangu 50 kufakazela ukubaluleka kokwakhiwa kwemitapo yolwazi ezindaweni ezisemalokishini nasemakhaya.

Uthe: “Sigqugquzela imiphakathi yakithi ukuba iyisebenzise imitapo yolwazi ukuze uMnyango wezoBuciko namaSiko uzobona ukuthi kubalulekile ukuba kwakhiwe eminye imitapo yolwazi emphakathini yakithi. Uma kukhona ithuba lokufundela ukusebenzisa amakhompyutha kumtapo wolwazi ongasendaweni yangakini, sithi lisebenzise lelothuba ukuze uzolungiselela ikusasa lakho,” kusho uMnu. Dlodlo.
Uqhube wathi ngesikhathi sikahulumeni wobandlululo imitapo yolwazi yayakhiwa ezindaweni zabelungu kuphela.

Isekela leMeya yaseMandeni, uNksz Phindile Sishi ubonge izikhulu zakwamasipala ngendima eziyidlalile ekutheni kubekhona umcimbi wokukhishwa kwalezitifiketi nokuthi lomcimbi ube yimpumelelo.

Umemezele ukuthi kuzo kwakhiwa umtapo wolwazi endaweni yaseSithebe ngemali engu R3 million.

Uthe: “Umkhandlu waseMandeni awusawasebenzisi amaphepha amaningi ngenxa yolwazi lwekhompyutha amakhansela analo, yingakho kubalulekile ukuba nolwazi laloluhlobo,” kusho uNksz Sishi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

Partner Content
How data is changing investments

Technological disruption is rife in many spheres of business and given the quantity of data available, it’s no surprise that the way in which asset managers work is also changing fast.

/World
 

Cute pet pictures can improve your relationship!

It’s true! A new study shows animal pics can bring back the spark.

 
 

Paws

7 weirdly awesome pets you can own
Pack theory: fact or fiction?
Perfect dog-walking 1: Why dogs pull on the lead
SA stats: The role of pets in families
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.