IMeya iphuthumisa ukuhlinzekwa kwezidingo

2017-03-15 06:03
IMeya yaseMandeni, Mnu. Siphesihle Zulu wethule usonkontileka, i-Lwandiswa Construction, emphakathini waseHlomendlini ngoLwesihlanu oledlule. Isithombe: Sithunyelwe

IMeya yaseMandeni, Mnu. Siphesihle Zulu wethule usonkontileka, i-Lwandiswa Construction, emphakathini waseHlomendlini ngoLwesihlanu oledlule. Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IMEYA yaseMandeni, uMnu. Siphesihle Zulu wethule usonkontileka, i-Lwandiswa Construction, emphakathini waseHlomendlini ngoLwesihlanu oledlule, ngomhla ka 3 kuNdasa (March). Lo sonkontileka unikezwe umsebenzi wokwakha inkulisa, inkundla yezemidlalo kanye nehholo lo mphakathi khona eHlomendlini.

Uthe: “Lokhu kukhombisa ukuthi umkhandlu uyazazi izidingo zomphakathi ngoba lezizidingo ziyingxenye ye-IDP,” kusho uMnu. Zulu. Ukwakhiwa kwenkulisa, inkundla yezemidlalo kanye nehholo kulendawo kwaphazamiseka ngonyaka ka 2010 ngenkathi kuba khona ukungaboni ngaso linye phakathi kuka sonkontileka owaye nikezwe lo msebenzi ngaleso sikathi kanye noMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu. Isigaba sokuqala salo msebenzi sizogxila ekutheni kuphothulwe inkulisa kanye nehholo kanti isigaba sesibili sona sizogxila ekutheni kuqedwe ukwakhiwa kwenkundla yezemidlalo.

UMnu. Zulu uthe kulindeleke ukuthi lo msebenzi uzothatha izinyanga eziyisithupha kanti usuku olubekiwe ukuthi kumele ube usuphelile umhla ka 14 kuNcwaba (August). Uthe: “Kuzo sungulwa ikomidi elihlanganisa abahlali bakwa ward 4 elizoqikelela ukuthi lo msebenzi uhamba ngendlela efanele,” kusho iMeya.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.