Kuboshwe osolelwa ukudlwengula ingane

2016-06-08 06:00

KUBOSHWE owesilisa oneminyaka engu-38 ngeledlule, ngomhlaka 1 kuNhlangulana (June), endaweni yaseMandeni osolelwa ukudlwengula ingane eneminyaka eyisishiyagalolunye.

Kubikwa ukuthi umsolwa wadlwengula ingane emotweni eyayipake ngemuva kwase Umfolozi FET College, eMandeni.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal, u-Captain Nqobile Gwala uthe: “Kwavulwa icala lokudlwengula emaphoyiseni aseMandeni ngemuva kokudlwengulwa kwengane eneminyaka eyisishiyagalolunye idlwengulwa umsolwa ngomhlaka 1 kuNhlangulana . Kwaboshwa umsolwa oneminyaka engu-38 ovele enkantolo ngomhlaka 2 kuNhlangulana,” kusho yena.

Kwesinye isigameko, owesilisa oneminyaka engu-43 utholakale ezibulele ngomhlaka 31 kuNhlaba (May) endaweni yaseNewark.

Ngokusho kwemithombo ethembekile, kubikwa ukuthi lo mlisa wayekade ezame ukudlwengula indodakazi yakhe eneminyaka engu-16, ngentathakusa yangoMsombuluko, ngomhlaka 30 kuNhlaba.

Kubikwa ukuthi ngoMsombuluko ntambama indodakazi yakhe ayibuyanga ekhaya kodwa yayolalela kubo kwamama wayo.

NgoLwesibili ekuseni, ngomhlaka 31 kuNhlaba, yilapho okwatholakala isidumbu sikayise wayo le ngane esezibulele.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.