Kudubuleke ingane ena-6

2016-09-14 06:00
Kudubuleke ingane eneminyaka engu-6 embonini yamatekisi aseShakaskraal ngoMsombuluko ekuseni.

Kudubuleke ingane eneminyaka engu-6 embonini yamatekisi aseShakaskraal ngoMsombuluko ekuseni.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUDUTSHULWE kwalimala intombazane eneminyaka eyisithupha (6) ubudala embonini yamatekisi aseShakaskraal ngoMsombuluko ekuseni.

Ngokwembiko evela kwabosizo lokuqala, babili abantu abalimale kulesi sigameko kanti baphuthunyiswe emtholampilo ngamalungu omphakathi.

Okhulumela abosizo lokuqala i-IPSS Medical Rescue, uMnuz Paul Herbst uthe ingane elimale kulesi sigameko idubuleke ekhanda kanti ibisesimeni esibucayi ngenkathi kufika abosizo lokuqala.

Uqhube wathi ingane kanye nesisulu sesibili, owesifazane odubuleke esilevini sakhe, basusiwe emtholampilo baphuthunyiswe esibhedlela esifanelekile.

Uthe: “Kusolakala ukuthi imbangela yokudutshulwa kwezisulu ukuthi kudubuleke isibhamu sikanogada wasembonini yamatekisi ngephutha. Umsolwa uboshiwe,” kusho uMnuz Herbst.

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni, u-Lieutenant Colonel Shooz Magudulela uthe kusolakala ukuthi umsolwa nomshayeli wetekisi ebigitshelwe yizisulu babe nokungazwani kahle ngokwenkulumo ngaphambi kokuthi kudubuleke ingane nowesifazane.

Uthe umsolwa uboshwe amaphoyisa ase Umhlali ngecala lokuzama ukubulala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.