Kushone abantu abayisishiyagalombili engozini yetekisi eNtunjambili

2016-04-13 06:00

KUSHONE abantu abayisikhombisa engozini yetekisi eyenzeke eNtunjambili, esifundeni iLembe, ngeSonto ebusuku, kusho abezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal.

Okhulumela i-KZN EMS uMnuz Robert McKenzie uthe kule ngozi kushone abesifazane abayisithupha nowesilisa oyedwa.

Uthe: “Itekisi iphaphalazile yaphuma emgwaqeni yase ishayisa isihlahla. Kube sekujutshwa abosizo lokuqala boMnyango wezeMpilo endaweni yesigameko.”

“Abantu abathathu abebelimele kabi bathole usizo lwezempilo endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela,” kusho yena.

UMnuz McKenzie uphethe ngokuthi imbangela yale ngozi ayikaziwa okwamanje, kepha amaphoyisa ayaphenya.

NgoMsombuluko isibalo sabantu abashone kule ngozi sikhuphukile saba isishiyagalombili emva kokuthi oyedwa wabantu abalimale kule ngozi bedlule emhlabeni esibhedlela.

UNgqongqoshe wezokuThutha nokuPhepha koMphakathi KwaZulu-Natal, uMnuz Willies Mchunu uthe amalungu amaphoyisa, nawe Road Traffic Inspectorate kanye ne-Road Traffic Management Corporation azokhanda ithimba elizo phenya imbangela yale ngozi.

Uqhube wathi umnyango wezokuThutha esifundazweni uzoxhumana ne-SANTACO ukuze kuzo tholakala isixhazululo sokugwema izingozi zalolu hlobo.

Uthe: “Njengo hulumeni sithanda ukudlulisa amazwi enduduzo emindenini ethintekile. UMnyango wezokuThutha, wezeNhlalakahle kanye ne-Road Accident Fund uzolekelela imindeni kulesi sikhathi esinzima kanjena,” kusho uNgqongqoshe uMchunu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.