Kwethulwe umgwaqo eBallito

2016-07-06 06:00
Sithombe: Makhosandile Zulu UNgqongqoshe kazwelonke wezokuThutha uNksz Dipuo Peters uNgqongqoshe waKwaZulu-Natal wezokuThutha nokuPhepha koMphakathi nokuXhumana uMnuz Mxolisi Kaunda,  iMeya yesifunda iLembe uMnuz Welcome Mdabe, iMeya yaKwaDukuza uMnuz Ricardo Mthembu, umengameli weSANTACO uMnuz Philip Taaibosch kanye nosihlalo wale nhlangano esifundazweni KwaZulu-Natal uMnuz Boy Zondi bathule umgwaqo omusha endaweni yaseBallito ngoLwesihlanu oledlule

Sithombe: Makhosandile Zulu UNgqongqoshe kazwelonke wezokuThutha uNksz Dipuo Peters uNgqongqoshe waKwaZulu-Natal wezokuThutha nokuPhepha koMphakathi nokuXhumana uMnuz Mxolisi Kaunda,  iMeya yesifunda iLembe uMnuz Welcome Mdabe, iMeya yaKwaDukuza uMnuz Ricardo Mthembu, umengameli weSANTACO uMnuz Philip Taaibosch kanye nosihlalo wale nhlangano esifundazweni KwaZulu-Natal uMnuz Boy Zondi bathule umgwaqo omusha endaweni yaseBallito ngoLwesihlanu oledlule

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNGQONGQOSHE kazwelonke wezokuThutha uNksz Dipuo Peters wethule umgwaqo omusha endaweni yaseBallito ngoLwesihlanu oledlule.

UNgqongqoshe ubephelezelwa uNgqongqoshe waKwaZulu-Natal wezokuThutha nokuPhepha koMphakathi nokuXhumana uMnuz Mxolisi Kaunda, iMeya yesifunda iLembe uMnuz Welcome Mdabe, iMeya yaKwaDukuza uMnuz Ricardo Mthembu, umengameli weSANTACO uMnuz Philip Taaibosch kanye nosihlalo wale nhlangano esifundazweni KwaZulu-Natal uMnuz Boy Zondi.

Lo mgwaqo uzolekelela ekunciphiseni ithrafikhi kule ndawo.

UNksz Peters uthe lo mgwaqo usetshenziswa yizimoto ezingama-20 000 eziqhamuka enyakatho phakathi kwesonto kanti ziba ngama-14 000 ngempelasonto. Uqhube wathi zingama-29 000 eziqhamuka eningizimu phakathi kwesonto zibe ngama-20 000 ngempelasonto.

Uthe: “Umsebenzi wokwakha lo mgwaqo wanikezwa inkampani i-SMEC South Africa ngonyaka ka2009. Umsebenzi waqala ngonyaka ka-2012 waphela ngonyaka ka-2014 wenziwa inkampani i-Stefanuttu & Stocks Civils KZN. U-SANRAL wakhipha imali engu-R123 million ukwenza lo msebenzi,” kusho yena.

Uqhube wathi umasipala waKwaDukuza kanye noMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal wakhipha imali engu-R67 million ukulekelela ekwenziweni kwalo msebenzi.

Uthe izinkampani eziphethwe abantu abamnyama ezingu 13 zithole umsebenzi ozikhokhele imali engu-R22.9 million ngenkathi kwakhiwa lo mgwaqo, kanti kuqashwe abantu abangu 104 ukuzosebenza kulo mgwaqo.

UMnuz Kaunda uthe ukwakhiwa kwalo mgwaqo kuyingxenye yokuthuthukisa izimpilo zabantu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.