Mhleli

2015-11-11 06:01

NJENGEQEMBU leNFP sifisa ukudlulisa okukhulu ukudumala ngesenzo esenzeke edolobheni laKwaDukuza njengoba kubanjwe ibhange lase Standard Bank.

Sikhathazekile kakhulu ngalento, ishiya umbuzo wokuthi kunga banjwa ibhange elisondelene nenkantolo kanye nehhovisi leposi.

Umbuzo uthi kungenzeka yini ukuthi lama-camera agcwele idolobha laKwaDukuza awasebenzi. Uma kunjalo kungaba elikhulu ihlazo ukuthi umasipala waKwaDukuza usebenzisa imali yabakhokhi ntela budedengu ubeke izichuse into engasebenzi.

Njenge qembu asikwazi ukuthula, silindele ukuzwa ukuthi ngabe lama-camera ayasebenza na? Sinesiqiniseko sokuthi uma ama-camera esebenza kuzolekelela amaphoyisa akwazi ukuthola abantu abagile lomhlola ngoba sinesiqiniseko sokuthi uma esebenza angeke ahluleke ukuthwebula yonke into ebiyenzeka kuleyandawo ngoba ibingekho i-load shedding.

Uma lama-camera engasebenzi, njenge NFP sizobhalela uMvikeli woMphakathi sicele ukuba azophenya ukuthi lama-camera ayasebenza na.

Sesifikile isikhathi la kufanele kuvele amaqiniso obala ngenkohlakalo eyenzeka komasipala. KwaMaphumulo kusanda kulahleka izigidi zemali, R12 million, kuthiwa inyamalale ngenyanga edlule.

Umbuzo uthi kanti imali yomkhandlu ihlala kwi-safe noma ihlala ehhovisini na?

Umphakathi wakwaMaphumulo ubhekene nenkinga, kulonyaka ophelile kuvele ukuthi u-CFO ubenge nazo iziqi zokuphatha lomsebenzi eneziqu zomkokotela.

Umbuzo uthi ikhona yini imali yabakhokhi ntela bakwaMaphumulo esibuyisiwe ngu-CFO njengoba etholakale enecala, kufuneka abuyise yonke imali abeholelwa umkhandlu kusukela eqashiwe kuze eyosulwa emsebenzini.

Kungalahleka imali engaka kodwa umphakathi wakwaMaphumulo untula kangaka?

Singajabula uma uMeya wakwaMaphumulo engasinikeza umbiko ngale mali, R12 million, engakashayi u-December.

Obhale le ncwadi uSihlalo weNFP esifundeni iLembe uMnuz Themba Mbatha. Ungaxhumana noMnuz Mbatha enombolweni ethi: 079 435 0038.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.