Unethemba lokuthi umazisi usezowuthola

2015-11-25 06:23
ISITHOMBE: MAKHOSANDILE ZULU Sekuphele iminyaka emibili uNksz Snqobile Zulu elindele ukuthola isitifiketi sakhe sokuzalwa kanye nomazisi.

ISITHOMBE: MAKHOSANDILE ZULU Sekuphele iminyaka emibili uNksz Snqobile Zulu elindele ukuthola isitifiketi sakhe sokuzalwa kanye nomazisi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

SEKUPHELE iminyaka emibili uNksz Snqobile Zulu, oneminyaka engu-19, elindele ukuthola isitifiketi sakhe sokuzalwa kanye nomazisi.

Emuva kokuthi i-Stanger Weekly ishicelele udaba lwakhe ngeledlule, uNksz Zulu uhambele amahhovisi aKwaDukuza oMnyango wezaseKhaya ukuthola isixazululo ngodaba lwakhe.

UNksz Zulu uthe kutholakale ukuthi uyise wakhe wenzela yena nodade wabo izitifiketi zokuzalwa besezingane. Uthe inkinga yaqala lapho ngenkathi kuphambana izinombolo zikamazisi wakhe nodade wabo.

Uqhube wathi udade wabo wake waba nenkinga efanayo ngenkathi efaka isicelo sikamazisi ngo-2011 kodwa udaba lwakhe lalungiswa.

Uthe: “Bangithembise ukuthi udaba lwami luzo lunga uma ngibuya nosisi wami, incwadi yasesikoleni engafunda kuso amabanga aphansi, amakhophi kamazisi kababa nomama kanye nencwadi yekhansela,” kusho uNksz Zulu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.