Unina ucela ukufuniswa indodana yakhe

2016-09-14 06:00
UPrince Mtolo wanyamalala ekhaya ngomhlaka 1 kuMandulo, umndeni wakhe unxusa amalungu omphakathi ukuba alekelele ngokuthungatha ingane yabo.

UPrince Mtolo wanyamalala ekhaya ngomhlaka 1 kuMandulo, umndeni wakhe unxusa amalungu omphakathi ukuba alekelele ngokuthungatha ingane yabo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UPRINCE Mtolo, obuye abizwe ngesibongo sika yise esithi Tembe, oneminyaka engu-10, owaseDube Village, eGroutville, wanyamalala ekhaya ngomhlaka 1 kuMandulo (September) 2016.

Umama wakhe, uNksz Sibongile Mtolo uthe ngalelolanga uPrince wavuka ekuseni ngabo-6 wathi uyozikhulula ngaphandla kwaba ukunyamalala kwakhe lokho.

Uqhube wathi ngoMgqibelo odlule ubikela amaphoyisa aKwaDukuza ngokunyamalala kuka Prince.

Uthe: “Isizathu sokuthi ngithathe isikhathi eside kangaka ukubikela amaphoyisa ukuthi akaqali ukunyamala kodwa kuyaqala ukuthi anyamalale isikhathi eside kanje, futhi ngaphambilini bengihlezi ngimthola komakhelwane noma kubangani bakhe. Sengimcinge yonke indawo, ngiye ngisho nasesibhedlela kodwa lutho,” kusho uNksz Mtolo.

Unxuse amalungu omphakathi anagaba nolwazi lokuthi indodana yakhe ikuphi ukuba axhumane naye enombolweni ethi 060 315 3239 noma axhumane nomalume ka-Prince uMnuz Jabulani Mtolo enombolweni ethi 082 488 3391.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.