Uphase ngamalengiso umfundi waseMandeni

2016-01-13 06:00

WENZE ezibukwayo umfundi kamatikuletsheni ephasa ngamalengiso eba ngomunye wabaphume phambili esifundeni iLembe.

UNksz Sindiswa Nomagugu Khuzwayo wase Mantungweni eMandeni obefunda esikoleni Udumo High School uthole o-distinction izifundo eziyisikhombisa.

Imeya yaseMandeni, uMnuz Siphesihle Zulu uvakashele uNksz Khuzwayo ngeledlule eyombongela ngomsebenzi wakhe omuhle.

UMnu. Zulu uthe kuyamthokozisa futhi uyaziqhenya ngokuthi isikole ayefunda kusona sikhiqize umfundi walolu hlobo.

“Abantu abafana noNksz. Khuzwayo baphakamisa igama laseMandeni kanti futhi bakhombisa ukuthi zikhona izikole ezizimisele ngentuthuku kulendawo,” kusho uMnu. Zulu.

Uphinde wayala uNksz. Khuzwayo wathi kumele aqhubeke nokuzimisela ngomsebenzi wakhe wesikole njengoba esezoqala imfundo ephakeme.

Abazali balo mfundi uMnuz. Henry noNkk. Busiswa Khuzwayo bathe bayaziqhenya ngomsebenzi wendodakazi yabo.

UNkk. Khuzwayo uthe ubekulindele ukuthi indodakazi yakhe izophasa ngamalengiso ngoba ubeyigqugquzela njalo ukuthi inake umsebenzi wayo wesikole.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.