USenzo Mchunu ufike kungalindele muntu emcimbini kaKhongolose - kwaDukuza

2017-01-18 06:01
 Isithombe: Makhosandile ZuluUmcimbi kaKhongolose wokubungaza iminyaka engu-105 yasungulwa le nhlangano ubuhanjelwe abaholi be-ANC kanye nabaholi bamadlelandawonye ne-ANC. 

Isithombe: Makhosandile ZuluUmcimbi kaKhongolose wokubungaza iminyaka engu-105 yasungulwa le nhlangano ubuhanjelwe abaholi be-ANC kanye nabaholi bamadlelandawonye ne-ANC. 

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO ye-ANC kwaZulu-Natal ivakashele kwaDukuza lapho bekubungazwa iminyaka engu-105 yasungulwa le nhlangano.

Kulo mcimbi Abaholi be-ANC kulesi sifundazwe kanye nabaholi bamadlelandawonye ne-ANC bebeshiyelana inkundla begcizelela eyobumbano nokubuyisana.

US'dumo Dlamini onguNobhala we-Cosatu uthe balapha ukuzoqinisekisa ukuthi bayayeseka yonke imizamo kaKhongolose yokuqinisa ubumbano kubo bonke abantu bakuleli.

"U-2017 unyaka wezinguquko eziningi kanti siyiCosatu sizinikele ekuthuthukiseni abasebenzi bakuleli sibambene noKhongolose.

UThemba Mthembu onguNobhala we-SACP kulesi sifundazwe uthe kubalulekile ukwesekana ukuze uqine lo mbimbi wabo noKhongolose.

"Singamabomvu sithi halala Khongolose ngokuhlanganisa yonke leminyaka sisayiqhuba. UKhongolose wasungulelwe ukwakha ubumbano kubo bonke abantu bakuleli ukuze kusimamiswe leli lizwe.

Lo mcimbi ubuhanjelwe nawuSenzo Mchunu owayenguNdunankulu wesifundazwe sase-KZN.

UMchunu ubeqala ukubonakala emcimbini kaKhongolose kusukela ekukhishweni kwakhe esikhundleni kungazelele muntu.

Yize ebekhona, uMchunu ubonakale ehleli nezinye izihambeli ezingamalungu e-ANC.

- News24

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.