Uthole udilika jele owabulala unkosikazi wakhe

2017-04-12 06:01

UMNU. Sivakumar Sugen Naicker, oneminyaka engu 39, uthole udilika jele eNkantolo ePhakeme yaseThekwini ngeledlule ngecala lokugwaza abulale unkosikazi wakhe uLorraine Munsamy edolobheni laKwaDukuza ngonyaka odlule enyangeni kaMasingana (January).

UMshado kaMnu. Naicker nonkosikazi wakhe ububhekene nezinkinga njengoba bebehlala ngokwehlukana ngaphambi kwesigameko sokugwazwa kowesifazane.

Ngokwembiko, uNkk Munsamy wathola incwadi yokuzivikela kanye nevimbela udlame lwasekhaya ngaphambi kwesigameko sokugwazwa kwakhe.

Imibiko uqhuba ngokuthi ezinsukwini ezimbili ngaphambi kokuba uNkk Munsamy agwazwe ngumyeni wakhe, uMnu. Naicker wazama ukuhlasela uNkk Munsamy ngoba ethi akasule lezizincwadi.

Kubikwa ukuthi emuva kwalokho uNkk Munsamy wavulela umyeni wakhe amacala okuhlasela.

Ngosuku olulandelayo, uMnu. Naicker wabulala unkosikazi wakhe etekisini wabe esezama ukuzibulala naye ngokuzigwaza esiswini

UMqondisi wezokuShushiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, u-Adv. Noko uthe: “Siyasamukela lesisigwebo. Leli bekuyicala lodlame lwasekhaya oluphethe ngokubulalwa kowesifazane. Kumele abantu beqwashiswe ngobu ngozi bodlame lwasekhaya.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.