Uvele enkantolo osolelwa ukubulala intombi

2016-02-10 06:00
ISITHOMBE: SITHUNYELWE Uvele enkantolo owesilisa osolelwa ukubula uNkk Zanele Florence Nxumalo.

ISITHOMBE: SITHUNYELWE Uvele enkantolo owesilisa osolelwa ukubula uNkk Zanele Florence Nxumalo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

OWESILISA, oneminyaka engu-31, owase Sakhamkhanya, uvele enkantolo yeMantshi yaKwaDukuza ngeledlule ngokusolelwa ukubulala intombi yakhe.

Okhulumela amaphoyisa aKwaDukuza, u-warrant officer Johannes Khoza, uthe umsolwa waboshwa ngoLwesine oledlule, ngomhlaka 28 kuMasingana (January) 2016, kulandela ukuthi amaphoyisa alunywe indlebe ngalesi sigameko.

Amaphoyisa asola ukuthi inkulumo mpikiswano phakathi kuka msolwa nentombi yakhe, uNkk Zanele Florence Nxumalo, yaphetha ngokuthi kuphume isidumbu sika Nkk Nxumalo.

Kusolaka ukuthi umsolwa wabeseyasishisa isidumbu sika mufi ngemuva kwalokho wasifihla emphongolweni. Kusolakala ukuthi ngokuhamba kwesikhathi umsolwa wabe eseyosilahla endlini yangasese isidumbu sika mufi.

U-Warrant officer Khoza uthe isidumbu sika mufi satholaka endlini yangasese ngenkathi amaphoyisa enza uphenyo.
UNkk Nxumalo, waKwaNodunga, ku-ward 27, KwaDukuza, wagcina ukuba sekhaya ngoLwesithathu, ngomhlaka 21 kuMfumfu (October), ngonyaka odlule.

UBaba kaNksz Nxumalo, uMnuz Joseph Nxumalo uthe indodakazi yakhe yahamba ekhaya ngoLwesithathu, ngomhlaka 21 kuMfumfu 2015 ithi iyovakashela isoka layo endaweni yase Sakhamkhanya.

UMnuz Nxumalo uqhube wathi ngesonto elilandelayo, ngoLwesibili, ngomhlaka 27 kuMfumfu 2015, isoka lendodakazi yakhe lafona lithi lifuna ukukhuluma noNksz Nxumalo, kodwa amalungu omndeni alitshela isoka ukuthi ubengakaze abuye ekhaya, bona njengo mndeni bebazi ukuthi uNksz Nxumalo usahlezi nalo isoka.

Ngokusho kuka Mnuz Nxumalo isoka lase libikela umndeni ukuthi uNksz Nxumalo wahamba ngoLwesihlanu, ngomhlaka 25 kuMfumfu 2015 ethi ubuyela ekhaya.

Ngomhlaka 29 kuMfumfu 2015 ubaba kaNksz Nxumalo wabikela amaphoyisa aKwaDukuza ngokulahleka kwendodakazi yakhe.

Umsolwa uvele enkantolo yeMantshi yaKwaDukuza ngoLwesine, ngomhlaka 4 kuNhlolanja (February) 2016 kanti uphenyo lusaqhubeka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/World

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.