News24

Abaholi baseLibya babhekene nenselelo

2012-11-15 07:35

Tripoli - Ufungiswe ngaphansi kwezokuphepha ebeziqinile uhulumeni omusha waseLibya njengoba uhlalelwe ngumsebenzi wokuletha intando yabantu kuleliya lizwe kulandela ukuketulwa nokubulawa kukaMaummar Gaddafi ngonyaka odlule.

Ongqongqoshe bathembise ngokuvikela izwe, nelihamba phambili ngomkhiqizo kawoyela.

IsiShayamthetho sawamukela uhulumeni kaNdunankulu u-Ali Zeidan ngo-Okthoba 31.

Kulindeleke ukuthi kuqalwe izinhlelo zoMthethosisekelo omusha ezweni ngonyaka ozayo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter