News24

Izingxoxo eSudan naseS Sudan

2012-09-04 12:02

Khartoum - Amazwe abhekene ngeziqu zamehlo okuyiSudan neSouth Sudan kulindeleke aqale izingxoxo ngoLweibili, la khona kulindelele kukhulunywe ngemizamo yokuletha ukuthula kuqhanyukwe nanesixazululo odabeni oluthinta umngcele ocebe ngowoyela, okuyiwo obangwayo.

Izingxoxo zizobanjelwa e-Ethiopia kanti zihlanganisa abathile abahleli njengezingqapheli.

Amazwe lana aqala impi esikhathini esingunyaka esedlule ngemuva kokuphela kwesivumelwano sokuthula esabekwa ngonyaka ka-2005.

Isimo sithande ukuba simbi ngenyanga ka-Ephreli ngesikhathi iSouth Sudan idla umngcele kawoyela, owabe ungowaseSudan.

Impi eqhebekayo isikhubaze umnotho wawo womabili amazwe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).