News24

Kushone 53 engozini yebhasi eZambia

2013-02-07 16:30

Lusaka - Abantu abangu-53 bashonile ngesikhathi kwehla ingozi yebhasi, ishayisana neloli enhlokodolobha yaseZambia, kusho izikhulu kuhulumeni.

Ingozi yenzeke ngasehlokodolobha yezwe iLusaka.

"Singaqinisekisa ukuthi abantu abangu-53 bashonile, kusho uHarry Kalaba, oyisikhulu eHhovisi likaMengameli, ngesikhathi etshela abezindaba ze-AFP.




 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).