SEZADLULA lezo zinsuku ?zakudala lapho ukusakazwa kwezemidlalo bekwaziwa kungumsebenzi wabesilisa nje kuphela.Namhlanje sesi-nabo nabantu besifazane abasakaza kuma-TV. UCarol Tshabalala angaba ngomunye owokuqala wabo.Sikesaxoxisana nabanye babo.