News24

IBafana yehlile ohlwini leFIFA

2011-09-21 13:37

Johannesburg – Emuva kokunyuka ngenyanga edlule, iqembu lesizwe lakuleli, iBafana Bafana, yehlile ohlwini leFIFA, kubika iKickOff.com ngoLwesithathu.

INingizimu Afrika ihlezi ku-51, emuva kwamaqembu afana ne-Iran neScotland.

Iqembu laseSpain selihamba phambili, lithatha indawo bekuhlezi iqembu laseHolland.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).