News24

Imibandela yamabhonasi kuBafana

2013-01-17 07:38

Johannesburg - Abadlali beBafana Bafana bazonikezwa amabhonasi kuphela uma befinyelele kuma-quarter finals noma kowamanqamu kweye-Africa Cup of Nations, kusho umqeqeshi uGordon Igesund.

"Abadlali bazokwamukeliswa amabhonasi uma befinyelele kuma-quarter finals nakowamanqamu. Ngale kwalokho ayikho enye imali abazoyithola uma bephuma ekuseni kule midlalo," kusho umqeqeshi.

"Lokhu kutshengisa ukuzibophezela kwethu ekwenzeni kahle," kunezezela u-Igesund, njengoba isikwati sakhe sisemanzini abilayo kulandela ukungabuyi namagoli emdlalweni waso ne-Algeria ngempelasonto.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Comments
  • Madlangempisi - 2013-01-17 09:21

    badlala nge tax esiyibhadalayo

  • pages:
  • 1