News24

Makunconywe abadlali - Keshi

2013-02-11 07:33

Johannesburg - Umqeqeshi weNigeria uStephen Keshi ukwenze kwacaca ukuthi ukuphumelela kwezwe kube ngukuzimisela kwabadlali njengoba beyizingqwele ze-African Nations Cup.

UKeshi ungumuntu wesibili ukuwina le ndebe njengomqeqeshi nomdlali, kodwa washeshisa ngokuthi kumele kuhalaliselwe abadlali.