News24

Ngiyaziqhenya ngeBafana - Igesund

2013-01-28 07:32

Durban - USiyabonga Sangweni ufake igoli lesibili lokulinganisa leBafana Bafana sekusele amanenjane umdlalo uphele kowe-Africa Cup of Nations ngesikhathi idlala neMorocco ngo 2-2.

"Bekunzima kakhulu," kusho umqeqeshi weBafana uGordon Igesund.

"Senze ekusibekelwe kona, safeza isethembiso sokuqala. Sizoke sithi ukuphumula kancane ngemuva kwalokho sibheke umdlalo olandelayo.

"Ngiyaziqhenya kakhulu ngeqembu. INingizimu Afrika yonkana nayo ijabule."

U-Issam El Adoua ufake igoli lokuqala leMorocco ngomzuzu ka-10 umdlao uqalile, ngaphambi kokuthi uMay Mahlangu abuyisele izinduku.

Amagoli esibili afakwe ngu-Abdelilah Hafidi noSangweni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Comments
  • jabulani.ngxongo - 2013-01-28 07:55

    Hahahahaha, nami nginethemba elukhulu le BAFANA BAFANA no mlungu IGESUND nomoya owodwa wempumelelo, hey kodwa singakhohlwa I THEKU nalo liyasigez isikhwakhwalala sase GOLI PITORI, sizophumelela!!

  • pages:
  • 1