News24

Siyayifuna i-Afcon – Yaya Toure

2012-02-01 16:25

Cape Town – Umdlali wonyaka wase-Afrika, uYaya Toure uthi into iqembu lesizwe lakubo eliyifuna ngaphezulu kwazo zonke yindebe ye-Africa Cup of Nations, kubika iKickOff.com.

I-Ivory Coast isidlale kahle ku lomqhudelwano walonyaka. Ishaye iSudan ngo-1-0, iBurkina Faso ngo-2-0, yashaya ne-Angola ngo-2-0.

"Engikusabayo ukuthi iqembu lethi lizoqeda lingeka nqobi lutho..." ushilo uToure.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).