News24

Siyaziqhenya ngesikuzuzile - Kanu

2013-02-11 10:01

Johannesburg - Lowo owake waba ngukaputeni weNigeria uNwankwo Kanu uthi isikwati samanje kungenzeka ukuthi asicaciseleki ngomlando esiwuqophile ngemuva kokunqoba i-Afcon, kubika iKickOff.com.

UKanu wahola isikwati sango-1996 ekutheni sinqobe ama-Olympic e-Atlanta.