News24

U-Annan uzohlala neqembu leGhana

2012-02-03 16:19

Cape Town – Umdlali odlala esiswini eqenjini leGhana, u-Anthony Annan uzohlala eGabon namaBlack Stars ngaphandle kokushona kuka ma wakhe ngoLwesine, kubika iKickOff.com.

Lo mdlali oseqale yonke imidlalo yeGhana ku lomqhudelwano uthole izindaba ngokushona kuka ma wakhe ngoLwesine, kodwa uthi uzohlala neqembu.

U-Annan ungumdlali obalulekile eqenjini leGhana.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).