News24

UKhenyeza uzojoyina iSuperSport

2012-01-13 16:36

Pretoria – IMamelodi Sundowns inikeze uMabhuti Khenyeza imvume yokujoyina elinye iqembu lasePitoli, iSuperSport United, kubika iSoccer Laduma ngoLwesihlanu.

Lo mdlali ubesayinde inkontilaka neSuperSport ingekapheli eyakhe neSundowns, waze wakhishwa eqenjini.

Kodwa, manje useyitholile imvume yokudlalela iSuperSport.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).