News24

UMuntari angakhishwa emdlalweni neGuinea

2012-01-31 16:21

Cape Town – Usulley Muntari angakhishwa eqenjini leGhana phambili ko mdlalo wabo we-Africa Cup of Nations neGuinea, kubika abeKickOffGhana.com ngoLwesibili.

Lo mdlali odlalela i-Inter Milan akakadlali kahle, futhi imibiko ithi umqeqeshi weqembu, uGoran Stevanovic ucabanga ukumshiya ebhentshini.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).