News24

Abamelene noZuma badukisa abanye - ANC

2012-12-28 14:34

Johannesburg - Labo abamelene noMengameli Jacob Zuma baluthele izwe ekutheni lihlanekezele inkulumo kamengameli uma ethi ukunakekela izilwane ngaphezu kwabantu kuyinto eyenziwa "ngabamhlophe", kusho uSotswebhu we-ANC ngoLwesihlanu.

"Yilabo abanenzondo kuphela abafuna sikholelwe ekutheni uZuma angathatha isikhathi sakhe samaholidi ayosimosha ngokukhuluma ngezinja," kusho uMoloto Mothapo esitatimendeni.

UMothapo uthe la bantu abamelene noZuma bahlanganisa abezindaba nabahlaziyi bezepolitiki.

Iphephandaba iThe Star ngoLwesine libike ukuthi uZuma ugxeke labo abamosha imali yabo benakekela izinja, baze baziyise kodokotela, wathi lokho kuyinto eyenziwa "ngabamhlophe".

IHhovisi likaMengameli libe selikhipha isitatimende lathi uZuma ubezama ukukhipha ingcindezelo emiqondweni yabantu base-Afrika ngokuphawula kwakhe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Comments
  • Sgreenelo - 2012-12-28 15:12

    If its politically related I don't know ,I think people just misunderstood the statement: Mr President likes And Support Caring for animals, But Now People Have Lost Humanity And Dignity ,They Care Completely More For Animals While They Don't Even Care A little of Other People,A Person Can just die of hunger in need of few Rands of bread while my dog eats expensive food.

      khethani.sompisi - 2012-12-28 17:55

      Yes ofcaus just sturborn people cnt wnt to preach a reality speetch of our prsdnt. Wt he tryng to say in people bt of dt were traid to turn he speetch of JZ nd make it so bd issues jst they still faighting wth the humilarity of our culture cous they c JZ is powerful and see deeper things that makes our proud of African were lost,those who against him they try to shut him down bt they won't we need to suport him coz he says the insxclusive words.

      mvuleni.gibizizwe - 2012-12-29 16:58

      abazonda umsholozi abavelebakhohwe.

  • christognusbigboy.mngadi - 2012-12-28 15:48

    Inkinga enkulu bahluleke ukuhlukanisa i-ANC eMangaung manje sebeyasibhedela bafuna noma yini engahlambalaza UZuma neANC bashaye phansi ngeke bakubone lokho abahambe bayonya

  • Blacks - 2012-12-29 19:21

    umongameli wenze iphutha elikhulu makaxolise asiwafuni amaphutha kusekuthsa kuye

  • pages:
  • 1