News24

Izinja zizame ukusiza ingane ebiminza

2012-10-12 15:55

Johannesburg - Izinja zizame zahluleka ukusiza ingane eneminyaka emibili ubudala, ekade eminza e-swimming pool yendawo eMgungundlovu, kusho abosizo oluphuthumayo.

"Emizamweni yazo yokutakula ingane, ize yalumeka engalweni," kusho okhulumela abakwaNetcare 911 uChris Botha.

Omakhelwane ababone lokhu kwenzeka, baphuthume endaweni yesehlakalo, ngebhadi bafica ingane isilele ngaphandle kwamanzi nokho isishonile.



 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Comments
  • mandla.shabalala - 2012-10-12 17:53

    bafaz nidayisa ngabantwana bethu nizonya yinduku

      zanelle.ndlovu - 2012-10-14 14:24

      @Mandla ukhuluma sengathi umsebenzi wokukhulisa ingane ungowabafazi kuphela yingakho sinezingane ezikhula zingasbahloniphi abazali namakkhosikazi .Phela ingane ikhula kahle ngokubukela hai ngokutshelwa ,manje lezi ezenu zizwa kuthiwa kunobaba kodwa zibukela komama .

      zanelle.ndlovu - 2012-10-14 14:24

      @Mandla ukhuluma sengathi umsebenzi wokukhulisa ingane ungowabafazi kuphela yingakho sinezingane ezikhula zingasbahloniphi abazali namakkhosikazi .Phela ingane ikhula kahle ngokubukela hai ngokutshelwa ,manje lezi ezenu zizwa kuthiwa kunobaba kodwa zibukela komama ngoba obaba bashiya wonke umsebenzi kumama.

  • pages:
  • 1