News24

Kuboshwe ababili ngelokubulala

2011-06-14 16:45

Johannesburg – Kuboshwe abalisa ababili ngecala lokubulala izintandane ngaseVereeniging, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesibili.

"Labalisa, abaneminyaka engu 19 no 21, baboshwe ekhayeni labo ebusuku ngoMsombuluko eRefengkgotso," kusho ukaputeni Shado Mashobane.

"Sisafuna owesilisa owodwa oneminyaka engu-29."

Lezintandane zibulawe ngoMgqibelo, zatholwa ngeSonto.

IBeeld ibike ukuthi labo ababulawa ngu Jan Malan, 64, noSusan Malan, 60.