News24

Kufunwa oduke eNanda Dam

2013-01-07 13:03

Durban - Abatakuli baKwaZulu-Natal bayaqhubeka nokuthungatha indoda enyamalale eNanda Dam, ngesikhathi ibhukuda, kusho abakwaNational Sea Rescue Institute.

Iqeqebana elingabangani belizikhiphile lenza okwaziwa nge-water ski, ngesikhathi oyedwa kubo enyamalala, kusho okhulumela abatakuli uCraig Lambinon.

"Iqulu limbheke lancama umngani walo,” kusho isitatimende.

"Abakwa-NSRI abakabi nayo imininingwano ephelele ngalokho okwenzekile, sekuvulwe idokodo ngokunyamalala komuntu.”



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Comments
  • nokulunga.l.zondi - 2013-01-07 15:44

    Yayimbi into eyenziwe umshana kumalume. Kodwa nomalume abazifuni bo izingane zethu kodwa bona befuna sizithande ezabo.

  • pages:
  • 1