News24

Kuqubuke umbhikisho eKapa

2012-05-07 12:32

Cape Town - Izakhamuzi zaseDelf, eKapa, zivuke umbhejazane zavala umgwaqo ngamathayi avuthayo ngoMsombuluko ekuseni zikhala ngokungabuyiselwa kwezidingo emphakathini, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

UWarrant Officer November Filander uthe babalelwa ku-70 abantu ababhikisha kuSymphony Road kusukela ngo-7:30.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter