News24

Kutholakale isidumbu sozithwele eKapa

2012-08-31 10:00

Cape Town - Kutholakale isidumbu sowesifazane ozithwele sidindilizile endaweni evulekile e-Atlantis, eKapa, kusho imibiko yangoLwesihlanu.

Iphephandaba iDie Burger libike ukuthi owesifazane oneminyaka engu-38 ubudala, kutholakale isidumbu sakhe ngezuthuba zawo-09:30 ngoLwesine.

Isidumbu sitholakale phakathi kwemigwaqo u-Elk noFreemont.

Kukholakala ukuthi lona ubezithwele, akukho muntu oseboshiwe ngalokhu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).