News24

Nibeke uMandela emikhulekweni - ISilo

2012-12-25 10:20

Johannesburg - ISilo samaBandla iNkosi Goodwill Zwelithini usesho ngaphimbo linye nalabo abathi abantu bakuleli abangadikibali ekukhulekeleni lowo owayengumengameli uNelson Mandela, kubika izindaba zeSABC ngoLwesibili.

Ubhejane phuma esiqiwini ufisele uMandela ukululama okusheshayo wabonga nethimba lezempilo elimnakekelayo.

UMandela uzowudlela esibhedlela sasePitoli uKhisimusi, kulandela angeniswa ngoDisemba 8.

Odokotela bathola ukuthi unesifo samaphaphu waphinde wahlinzwa ekhishwa ama-gallstone.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Comments
  • desmond.drake.1 - 2012-12-25 10:37

    Time for the terrorist to go.

  • pages:
  • 1