News24

U-Okah uzothola ukwelashwa

2011-08-24 13:19

Johannesburg - Lowo osolwa ngobushokobezi uHenry Okah, ongowokudabuka eNigeria, uzothola ukwelashwa kwezempilo ngaphambi kokulalelwa kwecala lakhe ngonyaka ozayo, kunquma iNkantolo yeMantshi eGoli ngoLwesithathu.

IMantshi uHein Louw uthe uyathemba ukuthi u-Okah ngeke asebenzisane nezikhulu zezamajele uma eselashwa.

U-Okah uzovela eNkantolo ePhakeme yaseGoli ngoJanuwari 30.

Izihlobo nabangane bebgcwalise inkantolo ngoLwesithathu.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).