News24

UZuma uthathe ihlandla lesibili

2012-12-18 13:46

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma uphume phambili emjahweni wesokuhola i-ANC nabesibanga noKgalema Motlanthe njengoba bekuvotwa enkomfeni yeqembu eMangaung.

Ingakaphumi imiphumela abantu abeseka uMsholozi bese bevele bebhiyoza bethi uZuma kuyafana nokuthi usedle umhlanganiso wokuthatha ihlandla lesibili.

Akucaci kahle ukuthi kuzokwenzekani ngoMotlanthe kwezombusazwe njengoba ekhale ngaphansi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Comments
  • nkanyiso.shandu.9 - 2012-12-18 16:04

    COPE #2 is looming

  • pages:
  • 1