News24

Umuthi obenze banolaka abavukuzi - Umbiko

2012-08-21 10:06

Johannesburg - Abavukuzi basemayini iLonmin eseMarikana, eRustenburg, baba nolaka bavuka umbhejazana ngemuva kokuthi baphuze umuthi kakhokhovula wenyanga eyaziwayo endaweni, kusho umbiko.

“Ngemuva kokusebenzisa umuthi baba nolaka bangakhuzeka. Bebefuna impi kuphela, bebezizwa beyiziqhwaga ezingeke zahlulwa yilutho,” kusho umvukuzi uBulelani Malawana, etshela iphephandaba iDaily Dispatch.

“Umuthi ububiza inkulungwane yamarandi, ngiwunqabile ngoba angikholelwa kuwo," echaza.

Abavukuzi ababili abasinde kudutshulwa ngoLwesine batshele iphephandaba bathi bebekholwa wukuthi uma besebenzise umuthi wenyanga uNzabe, angeke inhlamvu yesibhamu ingene.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Comments
  • cyamthanda.sbonelo - 2012-08-21 11:08

    The inyanga must not to b blamed,because labantu ibona basukela inyanga ihlalele kwayo bona.How cum u fight over Police Bheki Cele,said\U want to die wit a Gun on your hands?Shoots to kill\,so no one to b blamed about the abashonile.Sesikhalela yona imindeni ikhakhulu ingane ezilahlekelwe obaba bazo

  • pages:
  • 1