Isifunda sighuba usuku lwabasebenzi

2015-05-21 06:00
UMeya wesifunda iLembe uMnuz W Mdabe, uMqondisi weCorporate Services uMnuz N Kumalo, uMnuz Mdletshe, uMnuz S Ndabandaba, obekhulumela i-Imatu uMnuz R Velan kanye noProfesa B Mayaba emgcibini wokunikeza abasebenzi izitifiketi zokusebenza iminyaka enga

UMeya wesifunda iLembe uMnuz W Mdabe, uMqondisi weCorporate Services uMnuz N Kumalo, uMnuz Mdletshe, uMnuz S Ndabandaba, obekhulumela i-Imatu uMnuz R Velan kanye noProfesa B Mayaba emgcibini wokunikeza abasebenzi izitifiketi zokusebenza iminyaka enga

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

NGOLWESINE oledlule, isifunda iLembe siqhube usuku lwabasebenzi, phecelezi i-Worker’s Day, njengendlela yokuqhuba iholide uMay Day kanti futhi nokunikeza abasebenzi bakulesisifunda izitifiketi zokusebenza iminyaka engaphezulu kweshumi.

UMeya wesifunda uCllr Welcome Mdabe wethule inkulumo yakhe ebimayelana nokubaluleka kwabasebenzi. Uthe lomgubo wabasebenzi uhambisana nenyanga yokugubha inkululeko yezwekazi lase Afrika.

“Le nyanga ihambisana nokukhululeka kwezwekazi lase Afrika kwingcindezelo,” kusho yena. Uqhube ngokuthi izizwe kanye nemingcele izinto ezakhandwa abantu ababecindezela i-Afrikha.

UMeya uthe abasebenzi besifunda kumele beyazi indima yabo emphakathini njengoba kumele bethathe igxathu elikhulu ekushintsheni izimpilo zabantu ngokuhlinzeka umsebenzi kamasipala.

Uqhube ngokuthi kubaluleki ukuba abasebenzi bebe imbumba ukuze amalungelo abo ezovikeleleka kanti futhi aphinde afezeke.

Obekhulumela inyunyana yabasebenzi i-SAMWU, uMnuz Sboniso Ndabandaba uthe abasebenzi kumele behlangane bebambisane. Uqhube ngokuthi ukuxhumana phakathi kwabasebenzi kanye nabaqashi kumele kuqiniswe ukuze umsebenzi uzohamba ngendlela efanele.

UMnuz Ndabandaba uthe abaqashi kumele kube khona abakwenzayo ngalabo asebesebenze iminyaka emihlanu kodwa namanje basasebenza ngezikontilaki zesikhashana. Uqhube ngokunxusa abaqashi ukuba bevakashela izindawo lapho abasebenzi besebenzela khona ukuze bezozibonela ukuthi abasebenzi badinga ini.

Isikhulumi esikhulu uProfesa B Mayaba, uchaze ngomlando € walolusuku u-May Day. Uqhube ngokukhuluma ngokubaluleka kokuthi abasebenzi bezibone njengamalunga omphakathi ngoba umsebenzi wabo uyabathinta nabo.

Uthe: “Abasebenzi bangamalunga omphakathi. Nabo banezingane ezifunda ezikoleni zomphakathi. Nabo babhekana nezinkinga ezifanayo nomphakathi njengokuphela kuka gesi kanye nokuhamba kwamanzi. Abasebenzi nabo basebenzisa imgwaqo engenalo itiyela,” kusho yena. Uqhube ngokuthi umehluko ukuthi umphakathi uma udinga lezizinto azibalile ukhalela kubo abasebenzi bakahulumeni

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

5 top leg exercises for men

Here’s our selection of the five best leg exercises that you can do in the comfort of your own home.

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content this holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.