Ingqungquthela yoFakazi izobanjelwa eThekwini

2016-08-25 06:00

KULINDELEKE izindimbane zamalungu ebandla loFakazi baka Jehova engqungqutheleni yomhlaba wonke ezoba senkundleni yezemidlalo iMoses Mabida kusukela ngomhlaka 09 kuze kube umhlaka 11 September 2016.

Lomhlangano wamalungu ebandla uyingxenye yochungechunge lwemihlangano yalelibandla eqale ngomhlaka 20 May kuwo lonyaka kwamanye amazwe emhlabeni wonke.

Lemihlangano iqale eMelika kanye nakwamanye amazwe omhlaba lapho bekubuthene khona amalungu alelibandla edumisa.

Esifundazweni saKwaZulu-Natal kulindeleke izinkulungwane zabalandeli balelibandla ezilinganiselwa ku 35 000 zibuthana enkundleni yezemidlalo eMoses Mabida zizodumisa.

Isiqubulo salonyaka sithi,”Hlala uqotho kuJehova” nokuhloswe ngaso ukugqugquzela abantu emhlabeni wonke ukuthi bagcine izimiso zika Nkulunkulu.

Uhlelo luzobe lwenziwa ngezilimi ezintathu okuyisiZulu isiNgisi nolimi lwezandla ngesikhathi esisodwa.

Kulindeleke kube nezethulo ezilungiselelwe ezingamavideo angu 35 kanye nemifanekiso eyiziqephu ezimfishane ezimbili ezizodlalwa ngoMgqibelo nangeSonto.

UMnuz Trevor Lee ongomunye ohlela lomhlangano ozobe useThekwini uthe:”Sikholwa ngokuqinile ukuthi ukuba qotho kubalulekile kubudlelwano obunempilo. Umhlangano walonyaka uthinta kakhulu izinto ezizosiza abantu ukuze bakwazi ukwakha ukuxhumana okuqinile nabangani kanye namalungu emindeni yabo. Kodwa ngaphezu kwakho konke siqinisa kakhulu ubudlelwano noNkulunkulu. Siyaqinisekisa ukuthi bonke abazobe bekhona bazowujabulela lomhlangano.”

Ngeminye iminingwane mayelana nalomhlangano kungathintwa uM Hlongwane kule nombolo 082 462 5012 noma uvakasheke ku www.jw.org.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.