IBanyana Banyana ibhekeke ishintshe ukwenza

2015-05-21 06:00


























PHOTO:sourced 

U-Amanda Dlamini elinye lamathemba eBanyana Banyana njengoba izobhekana neGabon ngempelasonto. (NE)

PHOTO:sourced U-Amanda Dlamini elinye lamathemba eBanyana Banyana njengoba izobhekana neGabon ngempelasonto. (NE)

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU laseMzansi losisi abadala iBanyana Banyana ibhekeke ukuba ishintshe ukwenza nokuqalaza njengoba izobe idlala neGabon emidlalweni yokuhlungela ama olimpiki (Olympics Qualifiers).

Lo mdlalo uzobe udlalelwa ekuhambeni ezinkundleni zaseStade Augustine Monedan eLibreville kwelaseGabon ngaloMgqibelo.

Nomqeqeshi weBanyana Banyana uVera Pauw akafuni ukuthatha amashansi ngalo mdlalo futhi uqoke iqembu eliqinile nelethembisayo ukuthi angeke lihambe ekamabuyaze.

Emva komdlalo wayo iBanyana Banyana ekuhambeni iyobuye izodlalela ekhaya emdlalweni womlenze wesibili ozobe ubanjelwe eDobsonville Stadium ngomhlaka 31 kuMay.

Okufike kwacaca ngaleli qembu ukuthi akekho unjiniyela nesikhokho seqembu uPortia Modise osalimele kanye nonozinti walo nosethathwa njengesethenjwa salo uRoxanne Barker angeke abe khona.

Kanti ezikhundleni zabo kulandwe uThembi Kgatlana noRhoda Malaudzi.

“Kubuhlungu nje ukuthi uPortia usanesa ukulimala kwakhe kanti uRoxanne ngeke kahle kahle akwazi ukuza ngoba lo mdlalo awukho kwikhalenda yeFifa kanti neqembu lakhe lisamdinga futhi alikwazi ukumdedela noma yikanjani,” kusho umqeqeshi.

Kanti izindaba ezimnandi ukuthi uNomathemba Ntsibande naye uzobuyela eqenjini emva kokuxakwa ukulimala emidlalweni edlalwe ezinyangeni ezimbalwa ezedlule.”

Yebo kuliqiniso uNomathemba ubuyelile eqenjini. Sonke siyambongela ngoba phela indlela azimisele ngayo isizini yonke.

“Noma ubani uyawazi amagalelo alo mdlali nokuthi ukuba senqenjini lesizwe kumfanele futhi kuningi azosenzela kona.”

Kanti lolu hambo lweBanyana lubhekeke ukuthi lungabi lula ngoba izitha azaziwa kahle eMzansi.

“Asazi lutho olutheni ngale lizwe kodwa siyathemba ukuthi sizimisele futhi siyodlala njengamaqhawe esizwe,” kusho uPauw.

Iqembu selilonke leBanyana Banyana limi kanje:

Goalkeepers

Andile Dlamini (Mamelodi Sundowns); Kylin Swart (AIB College, US); Asa Phillistus Rabalao (University of North West Vanderbijlpark)

Defenders

Nothando Vilakazi (Palace Super Falcons, Johannesburg), Janine Van Wyk (JVW FC, Johannesburg); Nomathemba Ntsibande (Springs Home Sweepers, Johannesburg); Lerato Kgasago (Mamelodi Sundowns Ladies, Johannesburg); Noko Motlou (MaIndies FC Polokwane); Zamandosi Cele (Durban Ladies, Durban); Lebogang Ramalepe (Maindis FC, Polokwane).

Midfielders

Amanda Dlamini (University of Johannesburg, Johannesburg); Kelso Peskin (Tyler Junior College, USA);

Alocia Thoboka (Mamelodi Sundowns, Johannesburg); Leandra Smeda (UWC Ladies, Cape Town); Refiloe Jane (VUT Ladies, Johannesburg); Mamello Makhabane (Palace Super Falcons, Johannesburg); Nompumelelo Nyandeni (JVW FC, Johannesburg); Silindile Ngubane (Durban Ladies FC, Durban).

Strikers

Shiwe Nongwanya (Bloemfontein Celtics Ladies, Bloemfontein); Jermaine Seoposenwe (Samford University, U.S.); Sanah Mollo (Mamelodi Sundowns FC, Pretoria);

Thembi Kgatlana (University of Western Cape, Cape Town); Rhoda Mulaudzi (Mamelodi Sundowns Ladies, Johannesburg)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Man scores date with tennis superstar after Twitter bet

It’s a modern day Cinderella story, but one American man took ‘shoot your shot’ seriously in 2017.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.