Ibuye nendondo kowesicathamiya i-Sobantu

2015-06-11 06:01

LIBUYE nendondo ekhaya iqembu lesicathamiya lase Sobantu Secondary School, emncintiswaneni wesicathamiya sezikole zamabanga aphezulu obuse Playhouse Opera theatre ngeledlule.

Lo mncintiswano wasungulwa eminyakeni engama 15 edlule ukugqugquzela uthando lo mculo wesintu entsheni. Minyaka yonke ubuxhaswa abakwa-Caltex okuthe kulo nyaka , ibhange lase-Ithala lazibophezela ukuthi lizoqhubeka nawo. Leli qembu elaziwa nge ‘Sobantu Lover Boys’ lidle umhlanganiso phakathi kwezikole ezingama 28 ebezikhona. Libuye nemali engango R1000, kanti futhi lizothola nethuba lokunandisa emcimbini ozoba se-Playhouse nase-Ushaka marine kuwona lo nyaka.

Kusukela wasungulwa lo mncintiswano bekungokwesibili isikole sase-Sobantu sidla umhlanganiso. Umqeqeshi waleli qembu uMnu Mzi Mngadi uthe bajabule kakhulu , njengoba kuzovuleleka namanye amathuba okuthi abafundi bakhombise amakhono abo.

“Ngaphandle kwethuba lokunandisa emicimbini emikhulu ehlukene kulo nyaka, bazophinde bathole ithuba eliyingqayizivele lokunandisa enkomfeni yezamabhizinisi yase-Ithala lapho kuzobe kukhona namanxusa amazwe ase-Afrika ngonyaka ozayo. Okusijabulisa kakhulu ukuthi iSobantu ithathwa njenga noma iyiphi indawo eyilokishi, lapho kungalindelekile ukuthi kungaphuma umculo wesicathamiya khona. Isikhathi esiningi umculo wesicathamiya kwaziwa ukuthi ukhonzwe ezindaweni zasemakhaya. Sifike sangena khaxa kulolu hlobo lo mculo , saguqula imiqondo yabantu ngomculo wesicathamiya.” kuqhuba uMngadi.

Uphinde wabonga isikole samabanga aphansi iRussell, athe yisona esigqugquzele uthando lwalo mculo kubafundi kusukela besemazingeni aphansi.

Uphethe ngokuthi izinga lomculo wesicathamiya ezikoleni liyanyuka, futhi unomthelela ekuziphatheni kahle kwabafundi nokuthuthukisa ulimi lwesintu

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

5 top leg exercises for men

Here’s our selection of the five best leg exercises that you can do in the comfort of your own home.

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content this holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.